Podcast Jabul'ujule

Podcast Jabul'ujule
2 0
00:00 00:00

Program about rural development, women's empowerment, crime awareness, health and lifestyle.

2023-09-27 09:44:55
#Jabulujule -Ingxoxo nezintokazi ezidume kakhulu endimeni kamaskandi Izingane Zoma.

2023-09-26 08:21:22
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - Sikhuluma ngesifo senhliziyo nokuthi yini ebanga ukuthi umuntu abe nenkinga yenhliziyo.

2023-09-26 07:56:22
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Sibheka ubugebengu basemaplazini lokhu okuthiwa ngama “farm attacks". Sikhuluma nowesilisa owagwetshwa ejele ngokubamba inkuzi eplazini, kwashona umuntu.

2023-09-25 10:13:26
#Jabulujule - Ingxoxo nomculi uZawadi Yamungu PT2

2023-09-25 09:44:20
#Jabulujule - Ingxoxo no Prof Otty E.H M Nxumalo sibheka ukubaluleka kokubuyekeza eminye imikhuba namasiko esasikade siwenza njengabantu aabampisholo.

2023-09-22 08:41:25
#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Mbuso Khoza - Ukubheka izifo eziphazamisa isimo sengqondo ngokwesimanje manje nokubheka izindlela isintu ezizibheka ngazo njengoba kuyinyanga yamasiko namagugu.

2023-09-20 12:19:07
#Jabulujule - Ingxoxo nomculi waMaskandi uKhuzani Mpungose

2023-09-20 10:10:53
#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO MKhize - Ukwelapha kwendabuko kunomlando omude nojulile. Kufanele kesihlale sixoxa nasebemnkantsha ubomvu kulomsebenzi neziphiwo zabo. Silalele sixoxa nomunye umelaphi esigeqela amagula.

2023-09-20 07:43:02
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - Kuyini Ukuqunjelwa, Izimbangela zokuqunjelwa, iziphi izindlela yokwelapha lokhu?

2023-09-20 07:00:21
#Jabulujule - Ingxoxo nomculi Zawadi Yamungu

Reviews